Isithunywa akusiwo uHoly Spirit mawunesthunywa

Amen ngivumeleni ngiyichaze le yeSthunywa ๐Ÿ™Œ Isithunywa akusiwo uHoly Spirit mawunesthunywa usuke ungenwe umuntu wakini ongasekho owayenesthunywa lowo muntu mayefika kuwena unjwayele ukufika ezikhulumele yena ukuthi ubegqoka kanjani futhi ufisa kwenziwenjani๐Ÿ™Œ. lomuntu kuyaba uGogo or Mkhulu uthi mayefika kuwena kuyangaye ukuthi ufike eceleni kuwena omunye ucele ukuthi eyogezwa kuqala bese ecela umthathele ujazi bese eyakuchazela futhi ukuthi uthatha kanjani kuphi ngoba abanye bazithatha nenkambs thizeni kuya ngalumuntu ke ukuthi usene connection engakanani nawe bakithi okunye uyakumbulelwa abantu bese uyenza into yakho iqaqeke kuya ngalumuntu ,umuntu ukuthi isithunywa sakhe sasikuliphi izinga kuhlukene ukufika kwezithunywa kuthina ngoba azifani bakithi.futhi kuyangalomuntu ukuthi isithunywa sakhe sasidonsa kuphi kakhulu futhi wayekhuleka kuphi kakhulu mmmmm nkosi yami, omunye wayehambani kakhulu sengisho intaba,amanzi,mgede,hlane kuya ngesakho isithunywa lapho ukuthi sithi khulekaphi nkosi Yami ๐Ÿ™Œfuthi nasezithunyweni uyambathiswa abantu abahlukahlune izembatho futhi ongeke uzithathe ngendlela efanayo nazo๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œkhona ozothi iya olwandle ,khona ozothi esizibeni,khona ozothi samukele ka Shembe esami kuningi engizama ukukusho isithunywa akuwona umoya kodwa ufika nomuntu wakini ongasekho bakithi ngoba kuyenzeka efike ekuphe ubugedla ngapha nesthunywa,nokuphahla kwethu akufani nkosi Yami ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ umuntu nomuntu uphahla ngendlela le emenza axhumane nendalwa zakubo Kuningi engakuchaza nkosi Yami ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ♥️ Onombuzo abuze ei๐Ÿ˜ข Bayede

Comments

Popular posts from this blog

Isikhafulo solwandle

Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi

Nasi isibunge sokudonsa noma uyisangoma noma business