Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi
Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi uguqula izinto, uma izinto zizinhle uyaziguqula zibe zimbi uma zizimbi uyaziguqula zibe zinhle nezigadlo zabathakathi uyaziguqula... Lomuthi uma idlozi likufulathele uyakwazi ukuthi ulimemeze uliguqule libheke ngakuwe... Thola umaguqu uphalaze ngawo 3 days ilanga lingakaphumi uguqule lesimo ofuna ukusguqula... Phuza umuthi ugcwale isisu bese ukhuluma konke ofuna kuguquke bese uyaphalaza ngeskhathi ukhipha ithamo lokuqala uphinde ukhulume uthi ngiguqula ukuthi nokuthi kwami makuguquke kubheke ngakimi... Lomuthi ugqume ugeze ngawo 5 days uwukhulumise uma uwusebenzisa uguqule leso simo ofuna siguquke kungaba idlozi elilahlekile noma inhlahla yakho elahlekile noma uguqule izinduku oshaywa ngazo abathakathi uthi azisuke kuwe... Uma ufuna ukuguqula izigadlo zabathakathi ubovuka ekuseni ugqume ukhulume uthi zonke izinduku zabathakathi ngiyaziguqula azisuke phezu kwami uma uqeda ukugquma uthathe lamanzi ubugquma ngawo uwathele endishini ugeze ukhulu...