isithunywa
isithunywa
nguhlobo lomoya oluthithile luphila kuwowonke umuntu uma lingakaqhumi uma lusasaphila kanjalo luphila lubizwe ngama instinct kumuntu wonke, ngoba njalo uma kunento engalungile umuntu uyayizwa kodwa kbese engaqondi kuba kwenzekani and the samthing ke, isthunywa we call it the strong instinct of human being, they strong to spell out the problem of individual and read them, so lokhu kuza ngokuba u faster unagdli ukudla uthandaze
izindlela zokwenza isithunywa sisheshe
_ukuthandaza entabeni
_ukuphila ehlane ungabonwa muntu kusukela ezinsukwini eziyisikhombisa kuya kwezingamashumi amane nanye
_ukubhava ezimpophomeni ufastile
_ukungena ezizibeni uzihlambulula
_ukungazihuqi ebafazini njalo (ucansi)
_ukuba wedwa
isithunywa asdinge muthi ukuba sikhulume sidinga umuntu waso ekwazi ukusilala njalo uma sikhuluma, ngoba izithunywa azifani kubantu ngoba nabo bengafani. sisukuma kakhulu ezinkonzweni nakhona ngenxayomsindo osuke ukhona khona nangokujula kwabantu mase siyaphakama kakhulu ngalesosikhathi sikhulume lokho esisuke sifuna ukukukhuluma njalo sona okanye siveze lokho
Comments
Post a Comment