Ukunyakaza kwamalunga omzimba kumnuntu onemimoya

Ukunyakaza kwamalunga omzimba kumnuntu onemimoya Lendaba iveza okuningi kumnuntu onemimoya but abaningi bayadideka ngoba abanalo ulwazi .Vele ukunyakaza kwamalunga omzimba kuveza ukuthi ikhona IMIMOYA ephila emzimbeni wakho but Musa ukudideka ngoba amalunga omzimba ayakwazi ukunyakaza kumnuntu wonke whether unemimoya or not. Sibheka ukunyakaza kwamalunga omzimba kumnuntu onemimoya Kuvamile ukuthi kunyakaze ngaphakathi emazantsi esiswini sakho Loko kuchaza ukuthi unomoya woMndau uphila kuwe ngaphakathi. Ukunyakaza on your arms kuchaza ukuthi IMIMOYA ephila kuwe inamandla Kabi and siyazi ukuthi uMndau ngumoya wogogo bamanzi but Kuyenzeka ukuthi uhambe nomndau waphezulu amakhehla asentabeni lapho Kuvamile ukuthi kunyakaze ingalo zakho your arms ngoba usuke uhamba nemimoya enamandla. The lower part of your body izokunyakaza ,sometimes amathanga izinqa, imilenze yakho that simply means unemimoya yasemanzini . Ukunyakaza kwamalunga omzimba kumnuntu onemimoya is also a sign but Kuba ungazi awnaki for example Uma Kukhona ukunyakaza kwamahlombe or heavy shoulders that is a sign yokuthi IMIMOYA yakho isondele kakhul kuwe hlezi iseduze nawe . Abantu bayadideka bathi ukunyakaza kweliso is also a sign yokuthi unemimoya no ngiyala ukunyakaza kwelihlo as nothing to do nokungenwa yimimoya kuyinto eyenzeka kumnuntu wonke and inencazelo yakhona ,as ngachaza ngaphambili kuPart 1.. umuntu onemimoya awakhe amehlo are painful sometimes kubangathi ayahlaba and aphuma izinyembezi not unkudikiza no that's a normal thing sonke we experience ukudikiza kwehlo. Sometimes umuntu onemimoya Uma kunyakaza lower body yakhe usuke kufane ukuthi aye emanZini usuke ebizwa kibo emanZini but yena anganaki ngoba akazi . Sometimes kubakhona sound ethile emadlebeni wakhe nalapho usuke edinga amanzi emzimbeni wakhe but Kuba yena engazi anganaki . Ukunyakaza kwamalunga omzimba also shows ukuthi Sele kuseduze kangakanani ukuthi lemimoya ephila kuwe iphakame or iqalise umsebenzi , once amalunga omzimba anyakaze ngamandla or kakhul kuchaza ukuthi Sele kuseduze IMIMOYA yakho iphakame . Ukunyakaza kwamalunga omzimba kumnuntu onemimoya sometimes kusuke kukulumnkisa kwizinto oyenzayo , remember ukuthi lemimoya ayikalungiseki kahle once ingakwazi ukukhuluma izwakale but izokhuluma nawe ngendlela ehlukene eziningi Wena Kumele uyifunde and understand your spirits. Inkosi inibusise Kodwa akumele sikhohlwe ukuhlala siybonga nokuth isasnigcinile 🙌🙏

Comments

Popular posts from this blog

Isikhafulo solwandle

Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi

Nasi isibunge sokudonsa noma uyisangoma noma business