ukuthwebula

Asikhulumen lendaba yokuthwebula *Umuntu ophilayo uyathwethwulwa *umuntu oshonile bayakhona ukumu thwebula bathathe umumoya wakhe bawusebenzise ngezindlel eziningi *uGobela uyakwazi ukuthwebula idlozi lakho lisebenzele wena Yingan abantu bathwebulana Yingoba basuke befuna ukusebenzisa izinhlanhla zakho bathatha umoya wakho bawenze idlozi labo.bayakuthwebula bathathe isphiwo sakho ukuze bazophumelela noma banothe Kutholakale ukuba ukuphumelela kepha izinto zakho azisalungi sekungath uyahlanya.even kutholakale ukuba eskolwen wawuhlakaniphile kodwa usuyahlanya.umqondo uyakuhambela uzithole ukhuluma wedwa. Ugobela uyakhona ukuthwebula kutholakale ukuba awusaboni lutho.even amaphupho ukubhula.inhlanhla.awusakwaz nokuthaka imithi..konke lokhu kutholakale ukuba ukukwaz ukukwenza Kufana nesilwane siyakhona ukuthwethwula yingakh kuthiwa inja noma ikati makuke kwahamba ..makubuya kumele nikuxoshe ngoba abantu bayakhona ukukuphakela inyama enemithi Angith phela islwane siyafana nelunga lomndeni futhi sivamiswe ukuthandwa wuwo wonke umuntu ekhaya

Comments

Popular posts from this blog

Isikhafulo solwandle

Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi

Nasi isibunge sokudonsa noma uyisangoma noma business