UKWEMBULA NOMA UKULANDA INGUBO
UKWEMBULA NOMA UKULANDA INGUBO
lendaba indaba ejule kakhulu.futhi kungeyona into ethathwa ngenhloko ethambile noma ngolwazi,lendaba iyabhulelwa futhi nakho lokwembatha kuhlukile neyphiwo lezo zehlukile nemihambo yabantu.yehlukile ,kwabanye bayahlatshelwa imbuzi.emhlophe kwabanye kuhluka imibala yalezo mbuzi kodwa okumqoka noku balulekile ukuthi kwenziwe lomcimbi ekhaya futhi lomuntu embethiswe lowo mhlehlo waleyo mbuzi yakhe alale nawo kuthi mevukile kubr nokushiswa kwalowo mhlehlo bebiza iynhlanhla zakhe kancane kancane kodwa imprpho esetshenziswayo ile yama wele ngoba vele sukhe eyi wele lomuntu bese ke kuyabhulwa lomuntu kuthi ubani obambe leynhlanhla kuye kuma dlozi.akibo azokhona kuthi noma asebenzisa iyhlahla noma ephahla ambize loyo muntu kuze kuzoqondana kuzwakale uma ememeza,yebo umuntu ozelwe.nengubo uwmuntu ohambe abangwe abadala kodwa kuba khona okuwyena walomuntu ophethe iynhlanhla zakhe nje kujulwe ngalokho ngoba baningi abanye bahambile abelaphi bedinga usizo basetshenzwe ngeyhlahla ezithenjiwe ezisebenzayo kwabanye kodwa me kufikwa kuye singeze sasebenza kube ngathi umelaphi akakwaz akwenzayo kodwa kusuk kusele into encane kuthi amfune lomuntu kuthi uyisma kanjani, ANGIME LAPHO BANGEZE ABANYE SAKHANE SIFUNDISANE THOKOZA
Comments
Post a Comment