Umndawu

Umndawu p2🐾🐾 *umndawu idlozi logogo noma umkhulu umndawu udabuka kwisizwe samandawu ezimbambwe Mozambique etc lomndawu engikhuluma ngawo owamanzi (water spirit) umndawu ungasuka emazweni kwabanye umndawu owegazi njengo Sithole umndawu ungowegazi Kubo *umndawu unelungelo phezulu kwakho ngoba unemvume kudala kini khona owashada nendawu Wena udabuka lapho umndawu owegazi kuwe ingakho uhlala esbelethweni abanye Bathi esinyeni uzokudonsa isinye uma ungawulaleli *izimpawu zomndawu uzohlezi uphupha amanzi njalo🤣 uzophupha izinyoka ezinkulu izindlondlo zingalwi ziza kahle uphuphe amabhubesi eza kuwe uzophupha umuntu odark ngebala okhuluma into ongayizwa kahle usuke ekhuluma isichindawu🙈 umndawu zokuphuphisa abelungu amandiya njalo suke uZama ukuxhumana nawe * INyoka uphawu lama ndawu kodwa amandawu awayona inyoka no uma umuntu onomndawu uzosebenza ngesihlahla ifembo nomzero usuke esefemba 💃💃 besuke benuka izinkinga zabantu ingakho nembayi lakhona eli meroon linalesihlahla ifembo 🤭 *umuntu onomndawu ugida Emile lisukume ngezinyawo ligide bagqoka I palu jenti ndwangu emhlophe abanye ndwangu emnyama *amandawu ashonela emanzini imimoya yabo yakwazi ukufika ngamanzi yabuya ingakho umndawu uparulwa emanzini ngoba idlozi lomndawu zoyithola emanzini uma phela umndawu Wakho kowasemanzini Lalela LA ngeke umndawu wamanzi Wakho uphakame ungayilungisile inzuza idlozi lakho bayasebenzisana 🤐 kodwa angisho lutho *uma uno mndawu kumele qale uphakame ufembe noma ulishayele idlozi ukuze lizisho lingubani lidabukaphi lifunani idlozi kanti ukuparula ukuphothula intwaso umndawu kuba amanzi a clean ai noma imaphi futhi uya kulomfula owuphupha kakhulu basuke bethi zobathola Khona qubeka ke ulokhu utshela Abantu ngegama lomfula owuphupha kakhulu 😪 hlezi nginikhuza anizwa njee shame *Umuntu ozokuthwasisa umndawu umuntu onomndawu naye wamanzi wawuthwasela ukuze akwazi ukukusiza nawe qaphela umndawu idlozi lokuthula kodwa unolaka kakhulu wawudlisa impande wrong

Comments

Popular posts from this blog

Isikhafulo solwandle

Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi

Nasi isibunge sokudonsa noma uyisangoma noma business