Umuthi wecala

Umuthi wecala Idlula,umabopha, umabopha, umalutho, iphamba, umalala, gilandoda, umpikayiboni, ikhathazo, calakalithethwa, uphunyuka, bemphethe, sehlulamanye, inhlanhlazombili, gquma geza Icala elinzima Sbhaha, Nyathelo, Mhlakaza, Mlahleni. Phalaza phezu kwesiduli ulithetha icala uliyala or uvuma. Uma kungena sduli, iya la okuphambana khona indlela. Ubusuyenza isigqabo ugcobise uma usiya ecourt. Slephe, Mabophe, Sigoba Magagu, Mpundu, Mlutha, Khathazo, Mfingo, Cala kalithethwa, Khathibesonga, Ndabulavalo, ingebhe, Sigidi, Mercury, Mphunyu, Insulansula, iPhumaphambili, ishiya lesambane, ilihlo lebhubesi, amafutha enyengelezi, gaya uhlanganise ufake ebhodleleni elincane OMUNYE isicimamlilo,gwijikhwebu,cala kalithethwa, mayisaka obomvu, mathithibala, phunyuka bephethe, mhlakazi, nkungwini ngaya ukuhlanganise ubuse ubasa umlilo uthathe lomuthi uphalaze phezu komlilo esigangeni ukhulume uthi lelicala ngiyalicima angilazi noma uthathe lomuthi ugeze ngawo uthathe lamanzi obugeza ngawo upheke ngawo inkukhu bese uthatha lenkukhu uyoyiphakela izinja bese uyakhuluma uthi lelicala alidliwe izinja bese kuthi usuya ecourt uthathe umayisaka obomvu oyimpuphu uwufake emlonyeni bese ugcosha itshe elicani ukhafulele kulo bese uyalilahla uthi lelicala alisale lana bese uthatha inxabu sesihlahla somhlume uyifake esicathulweni uma kukhuluma iJudge/Magistrate uzonyathela ngamandla kakhulu kulomuthi osesicathuleni. Uyolala avuke athi liphelile/dismiss

Comments

Popular posts from this blog

Isikhafulo solwandle

Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi

Nasi isibunge sokudonsa noma uyisangoma noma business