insumpa
Thokoza, insinzi yomhlume, ngomthetho. Uyambuza umuntu ukuthi uzwani, uma ethi uzwa kuluma ngaphambili kuphuma amanzi anukayo, nensumpa phambili nangemuva kubuhlungu uma echama mhlanganisele lana,
Ixhaphozi,
Umhlonhlo
Umduze
Nsukumbili
Sibabuli
Blue stone
Uyasika insumpa ezivele ngaphansi esithweni sangasese besewugcobisa lensizi. Wenze nembiza ozobe uyiphuza, ngibonge kubo bonke abaye bangivakashela , nabangifonele ngeskhathi ngilele phansi, nginithandaaa! 10 july Capetown ngiphilile noma ngiyagula ngizokuya fela khona,ayijiki. ongafuniyo uyazi la okumele abheke khonaaa! Ndaaaaaaa!
Comments
Post a Comment