isikhafulo esishunqiswayo

isikhafulo esishunqiswayo umthunyelelwa isibhahha uphunyuaka mpindamshaye emncane umhungulo abaphaphi unongamela mbijikhubalo unqangendlela uloslina imamba emnyama yonke uvuka ikhambi ifutha lathekwane noma ithambo gaya lemithi ibefyn mase uyawusebenzisa ubeka amalahle ufaka umuthi ushunqe awugobi mawukhuluma uyama mpo njengemamba nawe ugxamalazele intuthu umbize ke umuntu wakho uzozwa ke kuthi kugcina bani wena naye ngiyaphela lapho

Comments

Popular posts from this blog

Isikhafulo solwandle

Kunomuthi abathi "umaguqu" lomuthi

Nasi isibunge sokudonsa noma uyisangoma noma business